Ukalimuzi umuthi leli yikhambi elimila ezindaweni ezinamanzi ezingamaxhaphozi. Ukalimuzi umuthi wokulapha umkhuhlane. Uyasebenza futhi ekuchatheni izingane ezincane uma zinomkhuhlane. Ukamimuzi uyasebenza ukuvimba umkhokha ekhala lapho abantu beshona ngendlela ethile. Ukalimuzi umuthi wenzani?
Ukuthuka ebusuku, uma unenkinga yokuthuka ebusuku uma ulale, ukususa amaphupho amabi, uvuka ebusuku uhlale ngezinqa kade ulele? Zama lemithi
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.